Yini umsebenzi wecacane umuthi?

Icacane umuthi uwuthaka neminye imithi ukugeza idlozi elimbi. icacane liyafutha, liyaphalaza. Icacane liyangena kwisikhafulo sokubuyisa isithandwa sakho. Liyangena emithini ecacisa amaphupho. liyangena emithini yenhlanhla icacane.

umsebenzi wecacane herb yini

Video efundisa ngemithi yonke

Funda ngemithi lapha ngezansi

A
I
U
UM
Amafutha

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Ukuthenga imithi whatsapp +27633220426...click here

Send this post to Whatsapp

Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
 

Nukani isihlahla umsebenzi waso? sizochaza ukuthi lesihlahla senzani? Uyangena kumuthi wokususa isichitho nowokufaka isichitho. Unukani Lomuthi uyathakwa kanye neminye imithi kwisibango. uthakwa neminye imithi bese ufakwa emithini wokuhlakaza izitha ezihlangene ngawe. Unukani umuthi lona usetshenziswa ekwenzeni imithi yokukhulelwa, wokuvusa induku, uthakwa neminye imithi bese ufakwa emithini wokuba mnandi ocansini. usetshenziswa emithini yokushubisa isidoda. umuthi lona usetshenziswa ekwenzeni imithi yokucupha umuntu wakho. uthakwa neminye imithi bese ufakwa emithini wokuyekisa umuntu utshwala. Uyabuyisela isichitho emuva unukani. uthakwa neminye imithi bese ufakwa emithini wezitha. Isihlahla lesi siyathakwa sihlanganiswe nezinye izihlahla uma kwenziwa umuthi we interview owogaya ube yimpuphu bese uwufaka entweni yokugcoba. uthakwa neminye imithi bese ufakwa emithini wokuxosha umuntu ongasamdingi empilweni yakho, unukani? Uyaphuzwa, uyaphalazwa, uyageza, uyafutha, uyangena emafutheni agcotshwayo. Uyathoba izinyawo ezivuvukele. Uyahambisana nesikhali.
Abaphaphi kunabephepha nekhubalo isihlahla umsebenzi waso? sizochaza ukuthi lesihlahla senzani? Bayangena kwisikhafulo esiphehlwayo, esiphephethwayo, esolwandle nesikhothwayo Kanye nezinye, bayangena kwizingcabo zothando, bayangeka ekubuyiseni into entsontshiwe.